I Love You

Ngiyakudimnga lavi wami
Nguwe wedw' empilweni yami
Ngeke ngisuke duze kwakho
Inhliziyo igcwel' uthando
Ngalama gama ngithi I love you

Bhek' izintaba namathafa
Kubonis' ubuhle bakho
Bon' inkanyezi, ilanga nenyanga
Kuzifanisa nawe

[Chorus]
Ngiyakudinga lavi wami
Nguwe wedw' empilweni yami
Ngeke ngisuke duze kwakho
(Inhliziyo) Isigcwel' uthando
Ngalama gama ngithi I love you

My sugar and spice, Sthembiso sam
Uyincwadi yothando kimi
Wakhiwa kahle, kunethuba baby

[Chorus]
Ngiyakudinga lavi wami
Nguwe wedw' empilweni yami
Ngeke ngisuke duze kwakho
(Inhliziyo) Isigcwel' uthando
Ngalama gama ngithi I love you