Vaya

Uyangigxeka, Uyangicoba
Uyangixhaphaza, futhi unamanga
Ngiphela mandla ngipheli themba
Nokubekezela sekubanzima
Nami ngiyafun' ukuthemba indoda yam
Nami ngiyafun' ukuthandiwa empilweni yam

[Repeat x4]
Angisa'kfuni sengiyahamba
Hamba, hamba (vaya, vaya)

Kuganga wena kodwa ubiza mina
Uyajola kodwa uneskhwele wena
Awuthembeki kodwa ufunuk'hlonishwa
Noma sekuthiwani ngeke ng'khone mina
Nami ngiyafun' ukuyithemba indoda yam
Nami ngiyafisa ukuthandiwa empilweni yam

Angisa'kfuni sengiyahamba
Hamba, hamba (vaya, vaya)
Angisa'kfuni sengiyahamba
Hamba, hamba (vaya, vaya)
Angisa'kfuni sengiyahamba
Hamba, hamba (vaya, vaya)
Angisa'kfuni sengiyahamba
Hamba, hamba (vaya, vaya)

[Repeat x4]
Angisa'kfuni sengiyahamba
Hamba, hamba (vaya, vaya)

[Repeat x4]
Angisa'kfuni sengiyahamba
Hamba, hamba (vaya, vaya)

Papadapa papa padadada (x7)
Papadapa pa

[Repeat x4]
Angisa'kfuni sengiyahamba
Hamba, hamba (vaya, vaya)

[Repeat x4]
Angisa'kfuni sengiyahamba
Hamba, hamba (vaya, vaya)

[Repeat x2]
Papadapa papa padadada (x2)
Hamba, hamba
Vaya, vaya