Ang'zokwenana mina, ngizokubona (x4)
[Repeat]
Wangbheka kanje
Wangbheka kanjena
Ang'zokwenana mina, ngizokubona
Ngoba angphethe ngish' ushekhasi (x2)
Wangbheka kanje
Wangbheka kanjena
Ang'zokwenana mina, ngizokubona
We makhelwane wami
Angfuni lutho lwakho bo
Ngithi kphela sakh' ubhlobo
Hay' imali nom' isinkwa sakho
Ngob' isintu siyasho bo
Sithi umuntu ngumuntu ngabantu
Asiphilisaneni bo
Sakh' isizwe sakwantu bo
[Repeat x4]
Ngoba angphethe ngish' ushekhasi
Ang'zokwenana mina, ngizokubona
Ngoba angphethe ngish' ushekhasi (x4)
Ayisizi lento yokukhombana esweni
Omunye nomunye uvikel' iso lakhe
Asibambaneni bo
Khona sizophmelela
We makhelwane (x4)
Wangbheka kanje
Wangbheka kanjena
Ang'zokwenana mina, ngizokubona
Ngoba angphethe ngish' ushekhasi
Ang'zokwenana mina, ngizokubona
Wangbheka kanje
Wangbheka kanjena
Ang'zokwenana mina, ngizokubona
Ang'zokwenana mina, ngizokubona