Yesterday

[Verse 1: Zuluboy]
Hater I'm a fiction terminator
Gxavuna i-microphone, ugxumele estikin' sbone uban' umpetha hater
UZulu i-game changer
Marvel form of gang, elevator, see you all ntwana verse yehip hop
You better wait up
But then I see you hater
Qabul' esphongwen' my boy I guess I'll see you later
Breaking bread etafuleni, we living outta haters
It's not the hate but the fear that they share for us letafuleni
Kuzoduma amapasi, kusale abafelokazi
Imali yabafundisi vele isesosweni
Qagelani ngidleni
Second helpings kule-beef angisuthanga ngiphindeni
Ngikawoti ngukaputeni
Bakhuzeni, benginejeje etafuleni
Kule-beat nale-rhyme yenza ngivuse ekuseni
Ngisawuskhotheni
Now I'm all grown up
Ngibheke lezi zinja ey'fihla umsila ey'nqeni

[Hook: Zola]
I swear to God I'mma walk all over you
Angizelanga wena la, ngizosebenzela uNkulunkulu
I'mma walk all over you
Ungigade kahle, angihambi ngedwa, ngiphethe bonke obabomkhulu
I'mma walk all over you
Angizelanga wena la, ngizosebenzela uNkulunkulu
I'mma walk all over you
Ungigade kahle, angihambi ngedwa, ngiphethe bonke obabomkhulu
I'mma walk all over you

[Verse 2: Zola]
Dreadlock, back stage, puff puffing the bush
League hlampe usangikhumbula, I'm the creed coal kush
I'm a bad motherfucker letha i-mic ngikubonise
Hlala phansi ngik'ncelise
Zonke iynsizwa ngiy'ncindise
(Zola) Usosobala ngikuqinise
Kleva vuma ngikuncindise, letha umkhonto nguw' cijise
Ugelez' eyam kleva woza ngikuqinise
Ntwana uzobhala kuze kudabuke i-page
Khipha konke okngaphakathi kleva deal with the rage
Ntwana uyinkosi kwabakin why ubloma ney' lame
Phula umkhonto, join us la kubloma ama-brave
I-life umvelaphande kleva, who's gonna stay
Mabebhodla, bhodla back ntwana nawe uyibhubesi
Boleka iTimberland ntwana unyathele iy'mfezi
Get your point across

[Hook: Zola]
I swear to God I'mma walk all over you
Angizelanga wena la, ngizosebenzela uNkulunkulu
I'mma walk all over you
Ungigade kahle, angihambi ngedwa, ngiphethe bonke obabomkhulu
I'mma walk all over you
Angizelanga wena la, ngizosebenzela uNkulunkulu
I'mma walk all over you
Ungigade kahle, angihambi ngedwa, ngiphethe bonke obabomkhulu
I'mma walk all over you

[Verse 3: Zakwe]
Baphi laba abebengidlel' umona, ngiqoph' umlando nge-first CD
It controls my flyness, pulls strings njengekhayidi
You backstabbers, nangi-stalker kuze ningidayise
Bahlulwa uk'vala iflow yale-joint, bayiyise e-dry-clean
Bakwenz' iskeem njengalol'bisi ol'hlal' ebhodleleni
Abashon' ekfeni
Labo kgobo-face, see we hall of fame, you hollow main
Ordinary stage, honorary face
Woz' olanda ikesi, masijabula kubhokgoda ne hater
Abangizonda kule game
They see me come, they pray
But they only wanna see me become their prey
And now you disgusting, so quick to discuss me
Senifisa engathi bekukhona eningakwenza to disguise me
Rap professional, cardinal, ngigad' imali
Started from the heart till ama hater angenza ngibhodl' ulaka
Nidubula ngami, I've got a bullet as a proof
If it wasn't for the bulletproof ngabe nicula amagugu