
Mculo wam (Prod. by Prince)
Sky Fleb
Impilo yase Goli (2020)
Verse 1
Mangi fika la
Kube nzima ukwenza umcola
Nginama phutha nam
Ngiwaziba ngalomculo wam
Icale emakhaya
khona manje seba quiter abanye
Singenama computer
Besigcina ngokubhala ingoma qha
Khumbula ma
Uku record.a bekuyisfiso sam
Ngiphumele nam
Bonke balale umculo wam
Ucingo loku ma
Bengi record.a ngayo ingoma zam
Nabangani bam
Siz hlanyela kuze kshone ilanga
Bahosta ekasi we didn't get a chance to blow it
We didn't have a track to pop it up
Sabukela abanye
Sase bancane
Rap deal wasikhuthaza nathi
I was inspired by his patients with music
Ngino Xolly M
Ngakhula nam
Ngafika ejozi ngafukuza nam
Ngahlangana no bheki
He introduced me to his lovely team
Sashayi inumber
Likely abangifunanga imali
Ngajabula blind
Kdala ngifuna ukuzilalela nam
Chorus
Khule kanzima ngalo Mculo wam
Wonke umuntu manje ufunu ukwazi ngalo Mculo
Verse 2
mbutho bebewubiza nge young zee
Emathathu amagenge
Bengiphethe kahle sispana kahle
Ngabona kahle maNgene
kwahambi inyanga sbambisene
Sakhipha umculo ne genge
Singena mic speshapesha
Ngeze ndlebe
Noma isound ingekho grend
Kuma show besikahlela
Performance yokucala ebusy corner
duze ne mandela
Noma besingatholi mali
Bonke besihlanyela
Ngathathi ibrother yami umatsatsela
Sayoshayi inumber
Second performance eRodabult
Besifatela
With my sister supportive ukhanya yhoo wasifatela
Ngiyintwana encane
Ngingenama hloni yokudlali inumber
Ngathola nabalandela bonke bengifuna inumber yami
Also took pictures waba proud no mama wami
Bangibiza nase mandela ngam bebehlanya kabi
Same day Ngahlangana no Dj nayibo plazi
Wangihlanganisa no master mic
Izinto zashintcha
Chorus
Khule kanzima ngalo Mculo wam
Wonke umuntu manje ufunu ukwazi ngalo Mculo
Verse 3
Saspanisa no master
Sa record.a kabusha
Bengicala nokungene estudio emehlwen omusha
Ngakhulu ngapusha
Bangifaki iskill ngahlutha
Nakwe zami ngahlula
Wonku umuntu bekendlula
Nase primary sonke isgela besingi thanda ngenkani
When i rap Mebeng nika nemali
Ngaqina nga ndlula
2015 ngabanegama bengikhafula
Laphuma
Kwaba huSky fleb pantsula
Ngahamba amashow ngaduma
Kwabheda isimo ekhaya
Kwamele ngibuyele emakhaya
Kwashintcha ngahamba kwaqala Mfana kwaba nzima
Kungekho lula ukubuyele emuva
Ngahluleka
Ngahlangana no silver suffer
Saphusha Sacala umbutho
Kwaba hu makabongwe
No sphele
Mfana Sakhula
Each and every track besi recorda ngetlipa
Ngathathwa hulutho zuzole
kwaba yisbusiso eskhulu
Igazi mixtape wangi shaya yona free of changes
Chorus
Khule kanzima ngalo Mculo wam
Wonke umuntu manje ufunu ukwazi ngalo Mculo