Egoli

Egoli (Prod. by Prince)

Sky Fleb

Impilo yase Goli (2020)

Chorus
Since ngafika la ejozi
Hayi akuhlangani lutho
Mama wami always calling
Ntwana yami how are you doing

Li nzima le goli
Hayi akulula ma

Iminyak' iyahamba
But tjoo mina ngsase so
Amalanga awafani
but tjoo mina ngsase so

Verse 1
Mang fika la ejozi I told myself ngiyophanda tsotsi
Bangak'zeli ngestory
Sek'sile gazi as'sekho iskhathi
Bazozenza abangani
Bazok'tchela ngama party phuze neyingani
Mfana kithi hayi kabi
I'll push myself ngize ngitholi ispani

Mama asoze ngal' lahli ithemba ngoba ngakuthembis ok right
Mawubona mina uboni ibread winner mama k'zoba right

Chorus
Since ngafika la ejozi
Hayi akuhlangani lutho
Mama wami always calling
Ntwana yami how are you doing

Li nzima le goli
Hayi akulula ma

Iminyak' iyahamba
But tjoo mina ngsase so
Amalanga awafani
but tjoo mina ngsase so

Verse 2
Nkulunkulu ukuphi maku so
Njalo mina ngiba ne stress malishona
Ang'khoni nok'bheke estolo
Kpheli imbathu
Yilama bhad wentlupheko
Mfana kithi shona khona
Ng'shone khona nam ukuthi ngiy'bheke
Vele ngiyofaki icv
Ngiy'mele Ukuthi nam bang'fowunele

Sengize ngaphelu umoya
Kunzim' uk'kholwa
Maybe kunomoya ophepheth' impumelelo
Ang'sena kthin ang'shone khona

Chorus
Since ngafika la ejozi
Hayi akuhlangani lutho
Mama wami always calling
Ntwana yami how are you doing

Li nzima le goli
Hayi akulula ma

Iminyak' iyahamba
But tjoo mina ngsase so
Amalanga awafani
but tjoo mina ngsase so