Iqhawe

[Chorus]
Uma uvuka ekuseni
Uth' uybuk' esbukweni
Uth' ungaboni Iqhawe (qhawe)
Buyela engubeni
You not ready for the day (x2)

[Verse 1]
Wake up (x4)
Vuka
Liza namathuba amasha ilanga ekuseni uma liphuma
It's either you die for your dreams
Or you die in your dreams
Maw'saphila khumbula, ukuthi kungenzeka noma yini
Uma uvuka ekuseni Into ekuqala nje, Thandaza
Ubonge impilo
Baningi abangavukanga
Wen' ulokh' uyalala la
Ulokh' uyadlala la
Wazi kanjan, mhlamb awokgcina lamathuba
Vuka ugeze Uyobangena
Tshela inhlupheko Wena ungazongi jwayela
[?] Pro kid p p p, press'a pusha panda, phush' imission

[Chorus]
Uma uvuka ekuseni
Uth' uybuk' esbukweni
Uth' ungaboni Iqhawe (qhawe)
Buyela engubeni
You not ready for the day (x2)

[Verse 2]
Nghuluma nengane la
Ngkhuluma neksasa la
Angin'thethis manizwa kanjalo senizongxolela
Indaba kudala kdala ng'wina ng'luza nghluleka
Ulwaz ngalunikwa uNkulunkulu ngzokcobelela
When days are dark(empilweni), friends are few
Namahug aba scarce, bungaAfford iperfume
Akekho ofuna ukBloma nawe
Akekho ofuna ukhlala nawe
Lapho owbona khona ukuth ithemba lakho
La emhlabeni likuwe, akekh omunye nguwe (x2)
Indaba kudala kdala ng'wina ng'luza nghluleka
Ulwaz ngalunikwa uNkulunkulu ngzokcobelela

[Chorus]
Uma uvuka ekuseni
Uth' uybuk' esbukweni
Uth' ungaboni Iqhawe (qhawe)
Buyela engubeni
You not ready for the day (x2)

(Ready for the day)