Ngiyesaba

Yathi nginzima insizwa
Kungena ngapha kuphume ngale
Ung'xolele bhuti
Inkinga ayikho kuwe ikimi
Ngithi ukhona Na ongavum ukuthi uthando Lula
Ngithi ukhona na othi ethandwen kuyashelela
Sengiphelile ukusha mina
Seng'khathele ukusha mina
Seng'phelile ukusha mina
Seng'khathele ukusha mina
Ngiyesaba ukuwela ngonyayo,(ngonyawo )
Indlela yothando iyahlaba
Indlela yothando iyahlaba
Ngiyesaba ukuwela ngonyayo, (ngonyawo)
Indlela yothando iyahlaba
Indlela yothando iyahlabaaah