Sukundishiya

Naima, Naim' oh.
NoNtando wakwaNtu
Naim' oh, intombi yam
Iphutha lam ukumamel' abantu
Bangitjela konk' okubi ngawe
Nami ngabathemba, weh ma!
Angeke ngphinde
Manje njengob' ungasekho
Ngiyakukhumbul' empilweni yami
Ngaphandle kwakho akufani
Ngicel' ungixolele

[Chorus]
Sukundishiya we dali wam
Ndikumoshile
Ngokumamel' ondaba zabantu bakhuluma ngawe
Ngeke ndiphinde

Uyazi Naima wami, ungumlingane wam
Kwaye ndiphanse ndenz' impazamo
Ngokumamela ogqada mbekweni
Umama notata wam bakhe bathetha nam
Bandbonis' indlela
Kodwa ndiyabulela
Ngoba wena zange wandishiya

[Chorus]

Isifundo ngisifundile
Abany' abantu banomona
Abafuni sijabule
Mina ngfun' ukuba nawe
Abany' abantu banomona
Mina ngicela ungixolele, baby
Abany' abantu banomona
Abafuni sijabule, baby
Abany' abantu banomona

[Chorus]