Egoli

Egoli (Prod. by Dj Maphorisa)

Mlindo The Vocalist ft Sjava

Emakhaya (2018)

5

[Intro: Sjava]
UNkulunkhulu emuhle njalo
Uzongipha mandla
Ngith' Uzongipha mandla

[Chorus: Sjava]
Namhlanje mama angeke nglal' ekhaya
Namhlanje mama angeke ngbuy' ekhaya
Ngyosebenza eGoli, ngzokwakhel' umuzi wakho
Namhlanje mama angeke nglal' ekhaya
Namhlanje mama angeke ngbuy' ekhaya
Ngyosebenza eGoli, ngzokwakhel' umuzi wakho

Yimina, yimina ithemba lakho
Yimina, yimina ithemba lakho
Yimina, yimina (ithemba lakho)
Yimina, yimina ithemba lakho
Yimina, yimina ithemba lakho
Yimina, yimina ithemba lakho mama

[Verse 1: Mlindo]
Lana kusemhlabeni, izinyembezi azikhokhi
As long as umphefumulo asadibene nenyama
Lempi ayikapheli
Lempi asikay'cedi
(Mta kamama, mta' katata)
Bek'idolo phansi
Ubize uMvelinqandi, akuphe thuso
Lengoma ngeyakho
Ngiy'bhalele wena
Ngiy'bhalele wena

[Chorus: Sjava]
Namhlanje mama angeke nglal' ekhaya
Namhlanje mama angeke ngbuy' ekhaya
Ngyosebenza eGoli, ngzokwakhel' umuzi wakho
Namhlanje mama angeke nglal' ekhaya
Namhlanje mama angeke ngbuy' ekhaya
Ngyosebenza eGoli, ngzokwakhel' umuzi wakho

Yimina, yimina ithemba lakho
Yimina, yimina ithemba lakho
Yimina, yimina (ithemba lakho)
Yimina, yimina ithemba lakho
Yimina, yimina ithemba lakho
Yimina, yimina ithemba lakho mama

[Verse 2: Mlindo]
Umama wangithwala 9 months es'swini
Konkhe okudingayo wena uyokucela kimi
Akekho oyothatha indawo yakho kimi
Uyohlezi uyindlovukazi kimi

[Outro: Sjava & (Mlindo)]
Bambelela, bambelela, bambelela
Bambelela
Bambelela, bambelela, bambelela
Bambelela

Bambelela
(Ungalahli ithembaa)
Bambelela
(Bambelela)
Bambelela
(Cinisela)
Bambelela
(Bambelela)