Ngiyeke

Chorus (Sena)

Ngiyeke ngihambe
Ngoba usudele ngami sthandwa sami
Isikhathi sis'phelele
Sesihlezi sixabana njalo
Ngiyeke ngihambe
Ngoba usudele ngami sthandwa sami
Isikhathi sis'phelele
Sesihlezi sixabana njalo

Verse 1 ( Max Ellipsis)

Ya ain't gotta leave my baby
Ya ain't gotta leave my baby

I say tell me what it is baby.
Tell what is next baby.
Sewuzongshiya coz angnalo isaka.
Sewzongshiya coz angnawo udladla.
Hol' up bae.
I'ma paint this picture.
I am still a youngin.
And I am devastated.
'cause ya stress me.
I'ma let ya go.
I ain't got no time for this.
I got a dream to chase.
And that's a fact to face.
Yeah
Now I get no kiss meshleli (meshleli)
And siyi kappa uma silele (uma silele)
Everyday I get more stress (more stress)
Manje sewulala eytheni (eytheni)

And I get no food ekseni (ekseni)
Ya be drinkin booze e clubin (e clubin)
I be in a stu no vibin
When I get the juice no Lbs
Tell what is love I ain't know now.

Baby come see, my tears drop (tears drop)
Shwaty don't leave I still care ( still care)
Ngfuna ukuba nawe this life sucks (life sucks)

Chorus ( Sena)

Ngiyeke ngihambe
Ngoba usudele ngami sthandwa sami
Isikhathi sis'phelele
Sesihlezi sixabana njalo
Ngiyeke ngihambe
Ngoba usudele ngami sthandwa sami
Isikhathi sis'phelele
Sesihlezi sixabana njalo

Verse 2 ( Mthinay Tsunam)

Baby

Angsekho healthy manje
Buka asisekho happy manje
Ngifila lonely manje
And ngiyazi I story skanje
Uthole oncono manje
It's fine ke ngyahamba manje
Nami ngikhathele manje
Amandla asengiphelele manje
Usuyang' rijektha manje
Sthandwa awusanghliniphi manje
Kodwa ke indab' ikanje
Ilezinto zesmanje manje
Ngkhumbula izolo namhlanje
Kade ngkhuluma no Athi
Beses'ringa ngenye I outie
Idons' imnyaka ngaphakathi
Ngapha ksolwa abathakathi omunye usisi wajaphakathi
Uthando analo ngaphakathi
Lumgcinise ngaphakathi
Mina ngyaxolisa ngyavaya ngthatha ijoka lami
Noma kubhlungu kuzodlula ngzoqina sthandwa sami

Verse 3 ( Mzulu )

Kathi sihlangana you said you will understand
Ungtshela izinto bbe engingay' understand
Why have you changed?
Wangthembisa that you will never change
I remember when I had no money
Still you made feel like I am the richest bae
Now you show me that I have no money
Wang' replace nge outie yase Richards Bay
Mina ngiyayculela babe
Nawe uyazi I pressure la
Mina ngiyayculela babe
Nawe uyazi akukho lula la
Mina ngphila namantombazane
Kodwa angnalo iphutha lamantombazane
Ngiyacela kuwe ntombazane
Asenzele umntwana weth' wentombazane
Ooooooh

Chorus ( Sena & Mzulu)

Ngiyeke ngihambe (Eh he he no no no)
Ngoba usudele ngami sthandwa sami ( Ooh baby why?)
Isikhathi sis'phelele (why no no)
Sesihlezi sixabana njalo (ey baby mina angfuni)
Ngiyeke ngihambe (mina ngfun ukhlala nawe)
Ngoba usudele ngami sthandwa sami (mina ngfun ukhlala nawe)
Isikhathi sis'phelele (oh ho no no no)
Sesihlezi sixabana njalo ( yeah he)