Never Change My Mind

[Chorus]
Noma ngingafa
Ngofela wena dali wam
Noma behlekisa ngawe
I will never ever change my mind
Ngizwile bayakhuluma
Bathi ngeke sphinde sibonane
Kodwa ngiyathembisa
Ngizok’cava laph’endofaya

Aw’ dudu wami
Mpunju lam
Noma bengathini ngawe
Ngicede ngasho ngathi ngawe sthandwa
Ungowami ungowami
Aw’ dudu wami
Mpunju lam
Musukumamela imithetho zabantu
Ndiyaziqhenya ngawe my fohloza
I will never ever change my mind

[Chorus]
Noma ungaba yisdudla
Usidudla sami fatty wami
Noma bengakufanisa kabi
I will never ever change my mind
Ngizwile bayakhuluma
Bathi ngeke sphinde sibonane
Kodwa ngiyathembisa
Ngizok’cava laph’endofaya

Marato ame sikego same
Wagopola resokola rotle
Retsenna sipe ke le dikolo
Hoona joale kareketsetsa
Marato ame sikego same
Uyangibulala murhadziwa wanga
Awung’bamba bambe
Awung’fila file
Sodla kamnandi sona sthandwa sami

[Chorus]
Noma ungaba yisdudla
Usidudla sami fatty wami
Noma bengakufanisa kabi
I will never ever change my mind
Ngizwile bayakhuluma
Bathi ngeke sphinde sibonane
Kodwa ngiyathembisa
Ngizok’cava laph’endofaya

Ngithanda wena
Ngizikhethele wena
Sthandwa sami siyofa silahlane
Bazokhuluma bakhulume bampempethe bakhathale
Ngikuthanda ngoba ngiyak’ncanywa
Ngithanda wena
Ngizikhethele wena
Sthandwa sami siyofa silahlane
Bazokhuluma bakhulume bampempethe bakhathale
I will never ever change my mind

[Chorus]
Noma ungaba yisdudla
Usidudla sami fatty wami
Noma bengakufanisa kabi
I will never ever change my mind
Ngizwile bayakhuluma
Bathi ngeke sphinde sibonane
Kodwa ngiyathembisa
Ngizok’cava laph’endofaya