Mhla' Uphel' Amandla

Oh oh
Oh wangiphoq'udali wami
Oh wangishiya usweety wami
Ngenqa yekuthi aw seyiphelile imali yami
Oh oh
Wang'biza wang'biza wang'biza
Ngamagama
Wangitjela kuthi sengithole abancono

[Chorus x2]
Dali wam'
Wangibuka wanginyanya
Uzong'khumbula
Mhla'uphel'amandla
Hha ngithi phel'amandla (phel'amandla)
Ngithi aphel'amandla
Uzong'khumbula
Mhla'uphel'amandla

Waphuma wahamba wathi ngiye Goli
Wangibekisela phansi westhandwa sam
Wakhuluma kabi ngom'khukhu wami ma
Ikhaya lethu khaya lethu webabo

Aw'khohlwa sthandwa
Let me finish
Uye wangishiya nengane zethu
He wayokhulisa he wayokhulisa umunye umuzi weny'idoda

[Chorus]