Kiss Kiss

Malaika ft. Jabu Khanyile "Kiss Kiss"

[intro]
Kudum' ikiss kiss mah
Kuzokwat' aazondayo

Abantu abapheli
Uma bethandana kujabul' idlozi
Kuthand' izinyanya, kukwat' abazondayo

Wangithanda lavi wami
Wangibiz' iswidi lakho
Wangibek' esifubeni, wanginamathela
Wangibiz' uthando lwakho

Woza woza lavi wami
Sondela muntu wami ngikunike uthando lwam
Thina sofa silahlane mah

Bamb' umuntu wakho
Ngizobamb' umuntu wami
Sishone le, siduke nezwe

Xa ume eduze nami andikwaz' ukuzibamba
Kuthi ndikusondele, ndikubambe
Ndiziva nje ndifudumala
Undenza ntoni?

(Ngibambe, ngibambe)
Come duze sthandwa sami
Ndikuthi mathu mathu lavi
sondela ndiku cabu-cabuze

Woza woza dali wam, wosondela lavui wam
Wongibamb' ungiamathele, kujabul' amadlozi

[chorus x2]

Igazi lam' njalo liyagijima
Njalo ma ungibamba, njalo ma ungithinta

Wangibiz' isiponono sakho
Wangibhek' emehlweni, wangitshel' izindaba bo
[repeat]

Kuzokhal' ikiss kiss x2
(Bamba mina lavi wami)
Ngisho ikiss kiss sthandwa sami
(Ngisondeze, awungicabuze lavi wam)
Kuzokhal' ikiss kiss x2
(Oh ngithi manqa manqa)
Ngish' ikiss kiss sthndwa sami

Mamela lavi wam, okwam ngokwakho
Ngithi thath' umzimba wam
Ashil' amathamb' espoko
Awu kumnand' ukuzondezwa
Mmncwaa sondel' eduze
Ngithi manqa, manqa x2

Ngithanda wena mah

[chorus]

Come duze sthandwa sam
Kiss kiss, sthndwa sami
[repeat x3]

Kuzokhal' ikiss kiss
ngisho ikiss kiss stahndwa sam

[outro]
Womthand' udali wakho, ungadlali ngaye
Ngoba lokwat' idlozi mfanam
Lijike likulahle phansi
Akudum' ikiss kiss manje, mh hm