Babhemi

[Chorus]

Awe babhemi iyoooo
Ngayishela ngingedwa eyami lentombi
Awe babhemi iyoooo
Ngayishela ngingedwa eyami lentombi
Awe babhemi sukani boooo
Wangiqoma ngimthanda owami lomtwana
Awe babhemi sukani boooo
Wangiqoma ngimthanda owami lomtwana

Bheka..
Ngambona avaya daar, on a Saturday
Wangishaya phakathi like pha, in some other way
Maw’ngambona ke, uyababa boy
And akaqhomi so... ngengamkhwaza ke
Sathi ukuringisana ngabeka indaba vele
Ngiloku ngifolile e-club-ini ngifuna ukufakwa vele
Ngithi kuzothatha is’khathi maybe kushone amalanga
Kanti hay’suka wena wangiqoma khona daar
Manje mangi hamba naye bari zihluphana naye
Bafwethu owami lo-cherry ngicela nihlukane naye
Baba khohlwa ngaye noma ungibona naye
Ngicela ukuthi ungangihluphi ngoba bakhona abanye
He-e bangani, asingahluphani
Ithi nginifakele i-check nihambe niyofasa utshani
Getting me high angifuni ntsango
Go beyond the sky thina mas’phusha uthando
Okay ke, back to the rap ke
Just step in the name of love and clap to the track ke
She never lets me down
Anisiyekeni man hauuuu

[Chorus]

Let me see you put your hands up
If you feel the love please put your hands up
Ngicela izandla emoyeni… eyi eyi eyi

She hotter than December, manginaye siyabangena
Ugcwele ngami and I keep her sprung like September
Sweeter than honey too, my number one and two
She want me too and oooh, umbone maka smile-a shoo!
Nina siyekeni ke, iskhathi senu siphelile
My heart is with her and I know she takes it everywhere
I hope it’s very clear, eyami le-cherry le
And me and her something like a fairytale
Something like a fairytale...

[Chorus