Somizi

[Repeat x2]
Somizi
We mfana ka Thwala (x2)
Ngiyanibonga Nyamande

[Repeat x2]
Abanomona bebezodlala ngami
Bebezangshiya nghlupheka
Kodw' awuzange, Nyamande

[Chorus x4]
Heh ngyagana mna (ngyagana)
Heh ngyagana mna (soka lami)
We soka lami (soka lami)
Soka lami (Uyang'shada namhlanje)

Beng'ngenathemba
Ngith' ung'lahlile
Kuyangijabulis' ukuthi ukhethe mina

Somizi, uyindod' emadodeni
Uyinsizw' ezinsizweni
Ngyakubonga Nyamande

[Chorus]

Somizi
We mfana ka Thwala (x2)
Ngiyanibonga Nyamande

[Repeat x2]
Abanomona bebezodlala ngami
Bebezangshiya nghlupheka
Kodw' awuzange, Nyamande

[Chorus]