Street Barzz[Prod by MvS]

Intro(ay, I mean it)
[Verse]
This tym ngiza ngolaka labafana bayakhalaza//
Ngsebenza kwiRadio station mungthinta ngzok'sakaza//
Ngik'shovele phansi ngeRhyme akekh ozophakama//
Ngiza ngomoy' oyngcwele namhlanj ng'rapper nesphambano//
Long'zela ngobuso n'ngam'nak ugcwel ukphapha lo//
Ngilenkunz exolayo and engbamb amagqubu//
Ngzojik izinto la ngfun uk'qal oban ub'nuku//
Amatheken ashay iRap khona ngzowahlaba bes amajit' ayatweaker, aspan' agqok amaduku//
Ng'hamba nemkhovu ,ikhova kany neymfene//
Isifikil iGhost lay endlelen k'mele n'dede//
Ngfika ngvus iTsunam amalines' en avel atsheke//
Intwan eng'zela ngob'dlova mina ngyayhlafuna//
Qede lapho ng'bhodl umlilo ngyakhafula//
I cat ngibamba ngomsil aynakpaquza//

[Break]
Ay ithi ngimise kanje indaba ,ay ummm

[Verse 2]
Ngyan'nquma, ngyan'juqa, ngyan'sus akekh ozofika la//
N'yathusa, n'yazuma ,kyashub imin ozon'teacher la//
N'yathusa, n'yangvuma, n'yahlupha nani nizinja man//
Sek'fik iRap pro namhlanj mkhul uzobhampa//
IRap n'yay'destroyer n'zel ukgxeka nokphapha//
Nalama cat amafans azel uk'hleba nok'nakwa//
K'mel n'thol an'gezile n'ding uk'shawa(shower)//
Ngeke ningkhone ngish nalez eylokhe zithi//
K'sekude ngshone an'kaze n'bone ng'nelongevity//
La k'mina mshana awsoze walung (iskorokoro)//
K'mele ngik'interview(e) kwiRap (inhlolokhono)//
N'yabiter nizinj eynamaRubby (ibhokobhoko)//
Ngiza ngoforward ongenaReverse bafan ang'hlehli//
Angil'vez elomhlathi angth nsi bafan anghleki//
Umjita ngimdonsa ngamasende ngimphuz inyongo//
Thath istebhis usbeke phez kwendl unyus ikhono//

By GhostRyder867