Hip-Hop_Spirit[Prod By Ryder]

Hip-Hop_Spirit[Prod By Ryder] (Prod. by Ryder)

GhostRyder867

Bathin? (2017)

5

I GhostRyder ne Sensible ize ngolaka n'yajikajika//
Ngyashisa lyrical so mungagcwal 'uzobhida slima//
Angpholis masek indoda ngishisa ngfika//
Us'rappel uflour sis asufun lophaya wakh//
NjengoDuncan,Zakwe,Button,Pro irap ikhaya lam//
Angding 'ozonglaph ngerap ngyeken nok'hlany kwam//
Okhal ngam,kube nguBig Mama kulerap ngabe ngneynsana zam//
I-underground impilo yam, Mangwan 'aningbheke ngath ngzofela lobciko bam//
Ngyancenga bokhokh ngeke ngin'lahl nusiko lwam//
Day ena Day angkhathal 'amaRhymes ngyaybhalela //
Nina Bafan 'en'gxekay la ningazong'dakwela//
Otherwiz zothol ibhath' impama upitsi nesbhakela//
Lyrical ngayablesser(sukababa, Groova san)Physical ngyapresser//
Yindaba n'lele manene,mangfik an,hlehle magenge,kyashis an,dede ngin'keqe
Ungalahli ngiTkzee ngzobiza zonk izinja zam//
N,bhiz n'shay amahlaya ngath sen'qal ukcika man
Lerap igcwel amagwala, n,yaphaph kodw n,yasaba, ngyaqala ngphusha lenamba, n'yahlanya kad naphash, wen usafika kad sahlal, ngyapress uzokhal mshan, uBrainless njengo Maphara//
Mina ngtheshis ikhono,Ufun ukphelelw icala woz ovumizono, uyek ushay udaka why ungahluz inhloko//
Ngfuna naz uGhost waydal ziph ngenkath afika //
Man'flowa n,yanwabuluka like imove yeCatarpilla//
Kwigame ang'qalang slow baba ngahlanya ngfika//
Ngiza ngetiming, wen' uyislima somfund' awaz what the word tie mean//
Angik'sabi ngeRap uybona ngb uphum ehlathin //
Letrack yakh iyalalisa ngath nglalel' uDolly Parton//
Mangfika k'chithek ishebo k'vele k'qal ingoz epart(in)//
TPS s'shay i-underground as'won amatrappers//
Amakhand' enu s'yawacracker but as'won' amahackers//
Ngfast okdlul' iBugatti, angth ilestyle sam iPunjabi//
"Check it" salute masosha, azishe madoda, angfun nenz' amanyora ,nom' itight s'yayshova, njengeZumbuk I'm the real makoya, awoyi masosha, this is my time ngyagoqa//
N'seng' eymithi n'yagoqa, lomhlab' imin ozow'goqa, ngb ngyavumbuka ngyashona, n'bhiz nemsangano n'yachoma//
Mubhayzela mina uyahlola, vele k'neskhathi ngak'bona ,la k'min useJel' uyisboshwa//
Ukufa kwakho k'zoba y'blue dead ngb uzofel olwandle//
Intwan' es'zela ngob'dlova thina sikhiphela phandle//
TPS bathi siheavy suhlupho//
Soyphathela thina we will handle njengomshudo//
Bafana ngtight ng'wis indonga zaseJericho//
Kthiwa ngil'hlaz ekhanda lam ngath iFlag yaseMexico//
K'dala ngiphusha lelyf wesan ng'duzukile//
Beng'hlez ng'ngena ngenkan wesbal ng'huzukile//
Ngafa ngavuka ngaythatha bhar ng'qhuzukile//
Ng'baqond' emin ilanga l'balele ng'julukile//
Zizenz' olova ababolile zith yphush ismokolo//
Noma sisho siyphilela zona zinomhobholo//
Nomonase ekben nith n'yakholwa n'fake nokhololo//
UGhost uyashisa senimhlelel' umkhoshosho//
Udlala ngeRap awnamatoys baba hlaka kin//
S'drop' amalines asile nina n'bhiz nevulganity//
Why ugxeka mina ekben usafuna ngenz isound out//
Uzobuz amalines k'mina jula ngokwakh and find out//
IRap iphila kim egazin that why ngiz'khandla//
Ukuba yRap president angnodinga nok'hlal enkandla//
Bath bahlanya ngeynqondo min iRap idum' ekhanda//
Ngzok'qob uphenduk umlotha like Ashes to Ashes ngb mina ngfun ukuk'chopper//
For mina nawe singamanzi neParaffin//
Ng'reacter physical usungangthatha njengeCatalyst//
Sisukile bafana ngphez kwen n'boshiwe//
Mangth ng'underground wen ucabang' uk'buy' igolide//
Ng'namalines a buyer wesbal' ungaworr ahloliwe//
Mangith ng'drop' amaFact nina bosnay ang'kholakali//
Seningzame nadela bobaba sorrin angtholakali//
Ayyyyyyy
Sterio(ngon'bamba ngopitsi one by one)

By GhostRyder867