Ubala

[Chorus]

Ezase AfroTainment

[Verse 1: Mampitsha]

Babhemisana bodwa
Ezase Afro z'hamba zodwa
Bathi Big Nuz ina masoja
Sek'yo bonakala qoqwa
Ezidlu Brandy ezamadoda
Bakhohlakala bodwa
Hayi ang'complainanga
Ngibonga mina

[Chorus] x 2
Ubala lolo
Ingani, Ubala lolo
Impilo, Ubala lolo
IStyla ne mali, Ubala lolo

[Verse 2: Danger]
Awu dlali sghubu s'banyakazise
Ezase Afro s'bagijimise
Abekho tough, abeze s'bajimise
Sphethe uCharacter e stage sibajaivise
Sphethe uMampintsha boDange noMashesha
Lawo amagangsta, one side lana s'yathesha
S'fun ubumnandi no siliva lana k'dliwa maphepha
Ebantwaneni mas'fika thina siyakhetha

[Chorus] x 2

[Verse 2: Tira]
Awungyeke ngibheke okwam
Ngithathe okwami
Ngibusise intombi zam
Impitshi zami
Ngidlaleli kas' lami no lova bami
Ngiphuseli fam yam nezinja zam

[Verse 3: Tira]
Awu ngivuke ekseni ngiphethe two
Ngene mgwaqweni with my crew
Bangazo ganga shayi number
Shayi tafula sibesdlula

[Chorus] x 2