Musukuyibamba Kanjena (Prod. by Nqobile Mbandlwa)
Bheki Ntamane
Ukuxabana Kwenu Baba Nomama (2019)
Verse 1
Musukumbamba kanjena umntanami
Musukuybamba kanjena ingan' yami le
Musukumbamba kanjena umntanami
Musukuybamba kanjena ingan' yami le
Awunamahloni yini?
Noma mina awungboni kahle?
Awunamahloni yini?
Noma mina awungboni kahle?
Chorus
Kwembula kuyembeswa kulezingane zanamhlanje
Kwembulwa kuyembeswa
Kwembulwa kuyembeswa kulezingane zanamhlanje
Kwembulwa kuyembeswa azilaleli
Kwembula kuyembeswa kulezingane zanamhlanje
Kwembulwa kuyembeswa
Verse 2
Kwembulwa kuyembeswa kulezingane zanamhlanje
Kwembulwa kuyembeswa azilaleli
Umntwana ongahloniphi akeve emubi
Umntwana ongahloniphi aw
Umntwana ongahloniphi akeve emubi
Umntwana ongahloniphi aw
Umntwana ongahloniphi akeve emubi
Umntwana ongahloniphi

Verse 3
Musukumbamba kanjena umntanami
Musukuybamba kanjena ingan' yami le
Musukumbamba kanjena umntanami
Musukuybamba kanjena ingan' yami le
Awunamahloni yini?
Noma mina awungboni kahle?
Awunamahloni yini?
Noma mina awungboni kahle?